ZONE
Kuningi
Impilo yam ifihlwe ithombi
Too many goals ileague ibola

Impilo iMovie ungabona

Kuningii kuzima ebusuka ngalale
Lokhe ngibusy ngi

Amagama ayahlaba Fana noSizi
Fisa le Ngoma ikuthinte ekubusise

Noma ngingekho ngikhona
Amagama ayahlaba le hlela
Inameva maningi amanxeba angekho engathemba

Sifa idlala kungekho ngaqwebao

Impilo injalo anaRomance. Ana respect

Funa Lo cash push le spani
Jumpa mafence
Kula ngekani khala maGents

Noma ngingekho ngikhona

Pre hook
Wake up in the Morning ngekho lutho umbaya umbaya X2

Hook

Kuningi kuningi
Kodwa kuzodlula x2

Konke kuzodlula

Verse 2

Beku buhlungu sivuka ekuseni
Feza amaphopho phaphama eksеni
Vuka emaqadeni
Alimeziyitshеni

Ungavumi ukuphelela emoyeni


Mabehlesela uzovuka ekufeni

Naka indaba zakho
Uzoshewa isikathi

Bheka iphumpho lakho
Beka umoya phansi..
Usondela kancane wehh
Uyeke uk'memza kakhakulu
Uzolimala wehh

Phela kuse mhlebeni wehh
This is Earth

Angeke uhluleke

Pusha ok'ncina

Fanele Buyele buyele uWineh

Kumele ukhubeke uqhubeke ufike
Noma benga thini

Pre hook
Wake up in the Morning ngekho lutho umbaya umbaya X2

Hook

Kuningi kuningi

Kodwa kuzodlula x2

Konke kuzodlula

WeMfethu..

Siya khula...

Konke kuzodlula...


Amaphopho amaningi ayafezeka
Ayafezeka.x2