Big Zulu
Ivikela Mbuso
[Intro]
Ma ngingalala amaqhawe ayoshawa la, yeyi
Mina ngilivikela mbuso, ngi'vikela mbuso
Mina ngilivikela mbuso

[Pre-Chorus]
Nkabi yinsika yesizwe, yeyi
Ma ngingalala amathuba ayoshabalala, wo
Mina ngiyiskhali sey'nsizwa, wo
Ma ngingalala izinsizwa ziyophapha la

[Chorus]
Mina ngi'vikelambuso, ngi'vikelambuso
Nkabi livikelambuso, yeyi
Mina ngilivikelambuso, ngi'vikelambuso
Nkabi livikelambuso, yeyi

[Verse 1]
Ngangena ngasungul' uShun
Bath' abadala ozongena akabuyi
Bathi lenqola ay'dum
Kant' abaphush' abaphans' abavum
Hhay suka abadede
Mina ngiyinkabi eyazalwa yembethe
Hhayi nxe, suka abang'xege
Ngawugubha lomgodi nje ngeke bangimele
Eshe, lena bath' ayizondi
Kwafa kwasan' inkabi ay'xoli
Yaz nina aniboni, besithi syadlala
Inkabi, I told you
Mina ngayiqala ngayimela
Ungangitsheli nge beef ngingayihlaba ngingayiqeda
INation ningayibuza inganitshela
Ngigqok' uBrentwood isketi singang'xega
[Pre-Chorus]
Nkabi yinsika yesizwe, yeyi
Ma ngingalala amathuba ayoshabalala, wo
Mina ngiyiskhali sey'nsizwa, wo
Ma ngingalala izinsizwa ziyophapha la

[Chorus]
Mina ngi'vikelambuso, ngi'vikelambuso
Nkabi livikelambuso, yeyi
Mina ngilivikelambuso, ngi'vikelambuso
Nkabi livikelambuso, yeyi

[Verse 2]
Mina ngangena ngaphatha
Bas'nikez' is'hlalo ke abanye basaba
Mina les'hlalo ngyasthanda
Anitshele obehleli seng'khona angahamba
Hebe! Les'godi ngiyasthatha
Uma kukhona onenkinga abofika ngizomlanda
Eshe! Iynsizwa niyophatha isizwe eseNkabi bafana ningapaka
Umfana ngingamshaya ngingamkhothisi
Nge'nduku zam' ngijike ngingamhlikihli
Ubheke ubheke angakukhohlisi
Kungabhib' is'londa nje ngijike ngingak'pholisi
Loshun owevikelambuso mina ngingedwa ngingagingqa amabutho
Uthini? Kukhona onombuzo? Nkabi Nation, Shwele umshubo!
[Pre-Chorus]
Nkabi yinsika yesizwe, yeyi
Ma ngingalala amathuba ayoshabalala, wo
Mina ngiyiskhali sey'nsizwa, wo
Ma ngingalala izinsizwa ziyophapha la

[Chorus]
Mina ngi'vikelambuso, ngi'vikelambuso
Nkabi livikelambuso, yeyi
Mina ngilivikelambuso, ngi'vikelambuso
Nkabi livikelambuso, yeyi

[Pre-Chorus]
Nkabi yinsika yesizwe, yeyi
Ma ngingalala amathuba ayoshabalala, wo
Mina ngiyiskhali sey'nsizwa, wo
Ma ngingalala izinsizwa ziyophapha la

[Chorus]
Mina ngi'vikelambuso, ngi'vikelambuso
Nkabi livikelambuso, yeyi
Mina ngilivikelambuso, ngi'vikelambuso
Nkabi livikelambuso, yeyi

[Outro]
Uma ngingalala amaqhawe ayoshawa la