🔥 Earn $600 – $2700+ Monthly with Private IPTV Access! 🔥

Our affiliates are making steady income every month:
IptvUSA – $2,619 • PPVKing – $1,940 • MonkeyTV – $1,325 • JackTV – $870 • Aaron5 – $618

💵 30% Commission + 5% Recurring Revenue on every referral!

👉 Join the Affiliate Program Now
Kabza De Small
Incwadi Yenduduzo

[Intro]
Yiii, yiii, yiii, yiii, yiii (Oh ah, oh yeah)
Yeyeni bo
Yiii, yiii, yiii, yiii, yiii (Oh ah, oh yeah)
Heh ingakho
Yeyeni bo (Oh ah ah)

[Verse 1]
Ngibhala lencwadi ngezinyembezi ezehla ebusweni
Ngoba ngibona uhlukunyezwa noma kungaba kusekuseni
Mami ngabe yiyolempilo ofun' ukuyiphila uzoyimela
Uzoyimela na? Yeah, yeah
Ngibhala lencwadi ngezinyembezi ezehla ebusweni
Ngoba ngibona uhlukunyezwa noma kungaba kusekuseni
Mami ngabe yiyolempilo ofuna ukuyiphila uzoyimela
Ngihlukumezekile, kwanelе, inqondo ikhathele mangibona ubaba ekushaya
Eh kuthi mangindizе
Kuthi mangiz'cishe
Awusabeli ngani? Mhmm
Ngihlukumezekile, kwanele, inqondo ikhathele mangibona ubaba ekushaya
Eh kuthi mangindize
Kuthi mangiz'cishe
Awusabeli ngani?

[Chorus]
Ingakho ubhala lencwadi yenduduzo
Ingakho utshela bomakhelwane ukuthi ngiyahamba
Ngoba ang'funi ukulimala, sengiyahamba
Ingakho ubhala lencwadi yenduduzo (Heh ingakho)
Ingakho utshela bomakhelwane ukuthi ngiyahamba
(Heh ngiyahamba)
Ngoba ang'funi ukulimala, sengiyahamba
(Ang'funi kulimala mina ngenxa yakho)
Sengiyahamba (Sengiyahamba)
[Refrain]
Yeyeni bo
Eh ubaba ekushaya (Oh ah, yeah)
Ngindize, ngizcishe (Yeyeni bo)
Awusabeli ngani? Yeyeni (Yeyeni bo)
Ekushaya (Yeyeni bo)
Awusabeli ngani?

[Verse 2]
Ngibhala lencwadi ngezinyembezi ezehla ebusweni
Ngoba ngibona uhlukunyezwa noma kungaba kusekuseni
Mami ngabe yiyolempilo ofun' ukuyiphila uzoyimela
Uzoyimela na? Yeah, yeah
Ngibhala lencwadi ngezinyembezi ezehla ebusweni
Ngoba ngibona uhlukunyezwa noma kungaba kusekuseni
Mami ngabe yiyolempilo ofun' ukuyiphila uzoyimela
Ngihlukumezekile, kwanele, inqondo ikhathele mangibona ubaba ekushaya
Eh kuthi mangindize
Kuthi mangiz'cishe
Awusabeli ngani? Mhmm
Ngihlukumezekile, kwanele, inqondo ikhathele mangibona ubaba ekushaya
Eh kuthi mangindize
Kuthi mangiz'cishe
Awusabeli ngani?

[Chorus]
Ingakho ubhala lencwadi yenduduzo (Heh ingakho)
Ingakho utshela bomakhelwane ukuthi ngiyahamba
(Heh ngiyahamba)
Ngoba angfuni ukulimala, sengiyahamba
(Heh angfuni kulimala mina ngenxa yakho)
Sengiyahamba
Ingakho ubhala lencwadi yenduduzo (Yenduduzo)
Ingakho utshela bomakhelwane ukuthi ngiyahamba
(Ngiyahamba mina)
Ngoba angfuni ukulimala, sengiyahamba
[Outro]
Yeyeni bo