[Intro: Njelic & Young Stunna]
Weh Baba, ng'cel' ungiph' imal' ening', ening', ening', ening' (Oh)
Weh Mdali, ng'cel' ungiph' imal' ening', ening', ening' (Somandla, Somandla, ening', ening', ening',)
Weh Baba, ng'cel' ungiph' imal' ening', ening', ening', ening' (Oh)
Weh Mdali, ng'cel' ungiph' imal' ening', ening', ening' (Somandla, Somandla, Somandla, Somandla)
[Verse 1: GL_Ceejay]
Ah weSomandla
Inkinga zami zifuna imali eningi, imali eningi
Ng'cela i-attention, imal' ebaie ebaie
Mofihla zaka
Ngob' abanye bayay'thola
Nami ngifisa ukuyithola imal' ebaie ebaie
Mofihla zaka
Abanye bayay'thola
Nami ngifisa ukuyithola imal' ebaie ebaie
Mofihla zaka
[Verse 2: Mthunzi]
Umkhuleko wam' uwodwa Nkosi
Ngicela imal' eningi eningi eningi
Abanye bayong'zonda Bawo
Ngenxa yemal' ening', ening', ening'
Umkhuleko wam' uwodwa Nkosi
Ngicela imali ening', ening', ening'
Abanye bayong'zonda Bawo
Ngenxa yemal' ening', ening', ening'
YeSomandla izwa 'mkhuleko wami
Ngicela imal' ening', ening', ening', ening'
Ngyathandaz' izwa 'mkhuleko wami
Ngicel' amameter, amameter, amameter, amameter, amameter, amameter
YeSomandla izwa 'mkhuleko wami
Ngicela imal' ening', ening', ening', ening'
Ngyathandaz' izwa 'mkhuleko wami
Ngicel' amameter, amameter, amameter, amameter, amameter, amameter
[Refrain: Njelic]
Aw haaaa eyaaa hooo
Aw haaaa eyaaa hooo
Aw haaaa eyaaa hooo
Aw haaaa eyaaa hooo eh
[Chorus: Njelic & Simmy]
Cel'imali ing'geze nami ngithandwe iyingan' eningi eningi eningi eningi (Oh)
Iyinhlungu ziphele ngijabulise umndeni wami, wami, wami, wami, wami, ngemihla (Oh)
Yingakho bazogcwala sengiphethe amameter amameter amameter amameter amameter (Oh amameter)
Bazosaba ngipheth' uswayi lemali eningi eningi eningi eningi (Oh)
[Verse 3: Simmy]
WeSomandla ng'cela ungiphe imali eningi eningi eningi, mmh oh
Ngizothandaza, ng'khuphukise unginike iy'mpiko ngoba lana kusempini (Eh, Oh)
Cel'imali ing'geze nami ngifanelw' iyingan' eningi eningi eningi eningi, mmh
Iy'nhlungu ziphele ngijabulis' umndeni wami wami wami wami wami, ngemihla (Wami, wami, wami, wami, ngemihla)
[Verse 4: Mkeyz]
Sebamane bazong'zondela ukuthi uyaw'phendul' umkhuleko, ng'kengazwa Nkosi
Ngoba ng'phum' emndeni odelelekile
Bang'hleka izincane nanamhl' abakholwa
Imali eningi ingakithi, ah woah
Imali eningi ingakithi
[Refrain: Njelic, Young Stunna & Simmy]
WeBaba, ng'cel' ungiph' imal' ening', ening', ening', ening' (Somandla, Somandla)
WeMdali, ng'cel' ungiph' imal' ening', ening', ening' (Somandla, Somandla)
WeBaba, ng'cel' ungiph' imal' ening', ening', ening', ening' (Oh, oh, oh)
WeMdali, ng'cel' ungiph' imal' ening', ening', ening' (Somandla, Somandla)
Oh, oh ngemihla
WeBaba, ng'cel' ungiph imal' ening', ening', ening', ening' (Oh, oh, oh)
WeMdali, ng'cel' ungiph' imal' ening', ening', ening' (Somandla, Somandla)
Oh, oh ngemihla
[Outro: Kabza De Small]
Oh, Oh
Oh, Oh