Mlindo the Vocalist
Usukulude
[Chorus]
Usukulude, lude singalwanga
Usukulude, lude singalwanga
Njalo amacala, amacala uwelele
Lude singalwanga
Njalo amacala, amacala uwelele
Lude singalwanga

[Verse 1]
Ngahlangana nebhodw'emnyango
Ngizula beng'vika amanzi abilayo
Mina ne towulo emanzi siyazwana kulamalanga
Angazi sibangani mntan'omuntu
Mina ngiyayisebenzel'iyingane zilala zidlile kodwa
Imfudumalo ayikho la ekhaya sthandwa sam
Uma ngiwushiya lomhlaba
Ngimelwa yinhliziyo ungakhali
Ngibulawe nguwe

[Chorus]
Usukulude, lude singalwanga
Usukulude, lude singalwanga
Njalo amacala, amacala uwelele
Lude singalwanga
Njalo amacala, amacala uwelele
Lude singalwanga
[Verse 2]
Noba kunzima noba kulukhuni bo
Hayi ngoba ngiyak'thanda mina ngizohlala nawe
Noba kunzima noba kulukhuni bo
Hayi ngoba ngiyak'thanda mina ngizohlala nawe
Mina ngiyayisebenzеl'iyingane zilala zidlile kodwa
Imfudumalo ayikho la ekhaya sthandwa sam
Uma ngiwushiya lomhlaba
Ngimеlwa yinhliziyo ungakhali
Ngibulawe nguwe

[Chorus]
Usukulude, lude singalwanga
Usukulude, lude singalwanga
Njalo amacala, amacala uwelele
Lude singalwanga
Njalo amacala, amacala uwelele
Lude singalwanga

[Refrain]
Noma kunzima (Hay' weh)
Noma kulukhuni (Hay' weh)
Ngoba ngiyak'thanda (Ng'zobambelela mama)