Sun-El Musician
Mamezala
[Verse 1: Nhlanhla]
Kudala ngihlekisana nawe
Kudala ngiwa ngivuka nawe babe
Kudala ngihlekisana nawe
Kudala ngiwa ngivuka nawe ayy

[Pre-Chorus: Nhlanhla]
Oh, today
Oh, today I get a chance
Oh, today I get a chance to choose a life with you
Oh, today I get a chance
Oh, today I get a chance to live a life with you

[Chorus: Nhlanhla]
Phum' ulilizele weMamazala
Phum’ ulilizele weMamazala
Sesingenil' emasangweni
Sesingenile
Phum' ulilizele weMamazala
Phum’ ulilizele weMamazala
Sesingenil' emasangweni
Sesingenile

[Refrain]

[Verse 2: Theo]
Ndisakhumbula mina ngathi kuwe
Ngathi ngelinye ilanga uzobizwa nge sbongo sami
Mabalilizele, balilizele, balilizele
Ngithe ngelinye ilanga bazo sivulela amasango
[Pre-Chorus: Mafikizolo]
Oh, today
Oh, today I get a chance
Oh, today I get a chance to choose a life with you
Oh, today I get a chance
Oh, today I get a chance to live a life with you

[Chorus: Mafikizolo]
Phum' ulilizele weMamazala
Phum' ulilizele weMamazala
Sesingenil' emasangweni
Sesingenile
Phum' ulilizele weMamazala
Phum' ulilizele weMamazala
Sesingenil' emasangweni
Sesingenile

[Refrain]

[Verse 3; Simmy]
Sesiphumile isimemo
Ngibatshelile nabadala
Kumele bazi ukuthi kuyashadwa namhlanje
Kumele bazi ukuthi kuyashadwa namhlanje
Oh mabavul’ indlela
Mabavul’ indlela
Aw' bona mabavul’ indlela
Mabavul' indlela
Ayi weMamazala