Sun-El Musician
Indaba
[Verse 1]
Nithule nihleli nendaba engaka
Iminyaka yami, nengqondo yami
Nolwazi lwami
Lushona ngalena
Ay ya ya lushona ngalena

Nithule nihleli nendaba engaka
Iminyaka yami, nengqondo yami
Nolwazi lwami
Lushona ngalena
Ay ya ya lushona ngalena

[Chorus]
Anishongo, anishongo
Nhliziyo yami, nhliziyo yami
Mmh ivela obala, ivela obala
Ay ya ya yavela obala, ay ya ya yavela obala

Anishongo, anishongo
Nhliziyo yami, nhliziyo yami
Mmh ivela obala, ivela obala
Ay ya ya yavela obala, ay ya ya yavela obala

Ngithi soze, ngeke bayibone inhliziyo yami
Aningitshelanga ngani
Aningitshelanga ngani
Ngithi soze, ngeke bayibone inhliziyo yami
Aningitshelanga ngani
Aningitshelanga ngani

[Verse 2]
Nithule nihleli nendaba engaka
Nithule nihleli nendaba engaka
Iminyaka yami, nеngqondo yami
Nolwazi lwami
Lushona ngalena
Ay ya ya lushona ngalena

Nithule nihlеli nendaba engaka

[Outro]
Nithule nihleli nendaba engaka
Nithule nihleli nendaba engaka
Nithule nihleli nendaba engaka