Sun-El Musician
Akanamali
[Intro]
Ngiyam’thanda

[Verse 1]
Noma etheni, noma enjani
Ngithanda yena
Okwangempelo (Ngiyam’thanda)
Uhlala nami
Emihleni, njalo, njalo uyafana (Ngiyam’thanda)
Aahh uyabona mpintshi yami
Angidlali mpintshi yami
Ngiyamthatha ngodecember (Ngiyam’thanda)
So mamela skeem sam
Themba mina outie yami
Ngizomthanda

[Pre-Chorus]
Uzomthanda wena kodwa uzozisola
Ngathi uyabakhohlwa abangani bakhe
Uzomthanda wena kodwa uzozisola
Ngathi uyabakhohlwa bathandi imali

[Chorus] x4
Akanamali
Kodwa uthanda yonke
Yonke into engiyiyo
[Bridge]
Akanamali
Akanamali
Akanamali

[Verse 2]
(Ngiyam’thanda)
Noma etheni, noma enjani
Ngithanda yena
Okwangempelo (Ngiyam’thanda)
Uhlala nami
Emihleni, njalo, njalo uyafana (Ngiyam’thanda)
Aahh uyabona mpintshi yami
Angidlali mpintshi yami
Ngiyamthatha ngodecember (Ngiyam’thanda)
So mamela skeem sam
Themba mina outie yami
Ngizomthanda

[Pre-Chorus]
Uzomthanda wena kodwa uzozisola
Ngathi uyabakhohlwa abangani bakhe
Uzomthanda wena kodwa uzozisola
Ngathi uyabakhohlwa bathandi imali

[Chorus] x4
Akanamali
Kodwa uthanda yonke
Yonke into engiyiyo
[Bridge]
Akanamali
Akanamali
Akanamali