Sjava
Edokodweni
[Chorus]
Baba Ngiyabonga uk'lalela imthandazo yomama
Mabekhala oma
Bekhala emadokodweni
Baba Ngiyabonga ukulalela Imithandazo yobaba bethu
Mabekhala obaba
Bakhala emadokodweni

[Post Chorus]
Ngiwazi amandla omthandazo ophuma edokokweni mina
Yiwo angenze nami ngaba indoda emadodeni mina
Ung'bona nginjena
Ngiwazi amandla amthandazo ophuma edokodweni mina
Yiwo angenze nami ngaba indoda emadodeni mina
Ung'bona nginjena

[Verse 1]
Baba ngiyawubonga umusa wakho
Nolathando ongipha lona njalo
Baba ngingasuki emehlweni akho
Ngcela ungeluse ung'vikele njalo
Bantu bayabuza (bayabuza, bayabuza)
Waze way'thanda ingunguluza (ngunguluza, ngunguluza)
Ngiyababuka mabekhuluma
Ngoba enhliz'yweni yami akekho oke walunguza
Baba wangibusisa ngekhaya
Into esele baba uk'ganwa
Ung'yala еk'thuthukeni ngakuzwa
Wathi ngikhethe inqondo hay umzimba
Indlеla zobumnyama ngiyazi uzongyekisa
Kudala ubayekisa mayekisa
Maw'thi inkosi ik'busise
Ngiyazi usathane usenqotshiwe
[Chorus]
Baba Ngiyabonga uk'lalela imthandazo yomama
Mabekhala oma
Bekhala emadokodweni
Baba Ngiyabonga ukulalela Imithandazo yobaba bethu
Mabekhala obaba
Bakhala emadokodweni

[Post Chorus]
Ngiwazi amandla omthandazo ophuma edokokweni mina
Yiwo angenze nami ngaba indoda emadodeni mina
Ung'bona nginjena
Ngiwazi amandla amthandazo ophuma edokodweni mina
Yiwo angenze nami ngaba indoda emadodeni mina
Ung'bona nginjena

[Verse 2]
Woh kunamakhosi kulamadokodo
Kunabaholi bakusasa kulamadokoko
Khona amakhosana kulamadokodoko
Namakhosazane kulamadokodoko
Kunama qhawe akhuthele kulamadokodo
Awekho amavila kulamadokodoko
Vikela intaba yepheza kulamadokodoko
Ngeke ngihlale ngingafiki lapho ubaba afuna ngifike khona
Ngoba ngigibele istimela (Sama Mpondo)
(Gibele istimela samampondo)
Uhambo lwami ngeke baluvimbe ngiyoze ngifike lapho ubaba afuna ngifike khona
Gibele istimela (Samampondo)
(Gibele istimela smampondo)