K.O
No Fear
[Chorus]
Siyabesaba na? (Hhayi asibasabi!)
Siyabesaba na? (Hhayi asibasabi!)
Ngithi siyabesaba na? (Hhayi asibasabi!)
Now talk to me (Asibasabi siyabafuna!)
Siyabesaba na? (Hhayi asibasabi!)
Siyabesaba na? (Hhayi asibasabi!)
Ngithi siyabesaba na? (Hhayi asibasabi!)
Now talk to me (Asibasabi siyabafuna!)

[Verse 1]
Yeah, yeah
Ngalenumber bazobhema bakholwe
Angizanga ukuzodlala lana tell these rappers to fall back
Lemme be honest
Mina ngeke bangikhone
Ja ntwana singabambana if you ready for combat
Bonke bazolala ucaca, they'll be dead on the floor, flat
Your fam izobonakala getting dressed up in all black
Joe bheka, zama ukuphakama mungabe vele uyajoveka
Nokleva waseMpumalanga zinja ngeke nimstope
Bathi kimi labocherry: I'm all that
I'm the talk of the city
Skhokho believe it
Yekela umona, umghobholo yini?
Phela mawungafuni ukuthobela umthetho, mina kleva ngizokusolva ngenqindi
Phila neyiqumama, sinininini uzongithola kuDT
Mfana yeka ukubhampa, slima ndini
Uzozithola ukwi jithi
Aningiyekele ngigove lebeati
Ngigqobhe legeeki
Wena ungazophapha sithingithingi
Akusikhona ngakini
Soyivala umlomo lempimpi
Lova unesibindi
Sho, phezu kwesho
Thina sokhipha inombolo mpintshi
Kuchitheke ubuchopho ngentsimbi
Nomananini
Ngoba your punch lines and metaphors normally ushidi
Wegalakajana wegalakajana ngiyabona ubusy
Lok'usithatha kancane, usithatha kancane, you thought it was easy
Lamarapper ngisteam soparaffini
Nobuvuil pop, ifosholo nepiki
Ugogo neskiki
Hey ungazongihlolela sisi
Bakubiza udoti elokshini
Kudala bezithola, baningi
Uzozenza ngcono lakimi
Vula lembobo, kanti yini?
Awulethe la ipencil-sharpener phela nami ngizolola lomsizi
[Chorus]
Siyabesaba na? (Hhayi asibasabi!)
Siyabesaba na? (Hhayi asibasabi!)
Ngithi siyabesaba na? (Hhayi asibasabi!)
Now talk to me (Asibasabi siyabafuna!)
Siyabesaba na? (Hhayi asibasabi!)
Siyabesaba na? (Hhayi asibasabi!)
Ngithi siyabesaba na? (Hhayi asibasabi!)
Now talk to me (Asibasabi siyabafuna!)

[Verse 2]
Mr. Swagger-of-the-Season all Summer, Spring
I'm a king
Buza nangakini
Bathi: Tjo lentwana inking'
Uyaverstaana mpintshi?
Phela lena ilokhunjana, iwhatyoucall. Mfana keng?
Noma leMpumalanga thing
I got chicks coming through
Bangicela iskuif ukuthi ngibashayise amatune
Ngibazwise leduzu
What's a kid gotta do?
Kanti yini? Ngibashise ngeskoen
Capiche, badaboom, badabing
Udakwa yini? Bhari ndini
Bonke labomrapper bayi'intwana kimi
Underlings
Istayela basithatha kimi
Mangabe unekwali skimi
Sokulanda kini
Gwala ndini
Njengo garden-boy sizokusebenzela ejaridini
Sobasakaza ngomratata
Sobakhathaza, kuzobamatasatasa
Mina ibhari misinyatsa
Soyifaka amakhaza
Ulibele unyatsa matsatsatsa
Labomasaka
Nna ke phila le manchu, ke phila le bana
Wena unale matata
Nalamarapper ehlale ebheda
My flow is sick and yours is under the weather
Jo, udlala ngegeja kuzeliwe
Na labocherry obabhekile kudala saqeda
Ntwana mamela
Singamaghumusha
Baba forever
Sithatha lenyuku sikhal' amaphepha
[Chorus]
Siyabesaba na? (Hhayi asibasabi!)
Siyabesaba na? (Hhayi asibasabi!)
Ngithi siyabesaba na? (Hhayi asibasabi!)
Now talk to me (Asibasabi siyabafuna!)
Siyabesaba na? (Hhayi asibasabi!)
Siyabesaba na? (Hhayi asibasabi!)
Ngithi siyabesaba na? (Hhayi asibasabi!)
Now talk to me (Asibasabi siyabafuna!)