K.O
Wake Up
[Intro]
Wake up, wake up! Oh oh
(Nah-na-na-na-na, na-na-na-na)
Wake up, wake up! Oh oh
(Nah-na-na-na-na, na-na-na-na)

[Verse 1: Ma-E]
Kwakunjena, way back
Kunjena nanamhlanje, It’s time to change
It's Cashtime, wena uhlala u-late
Uhamba umalela abangani estradini weTanayi
Nayi ingulube isinonela emzini kababa
Kanti yini bo, ungenwe yini lona? Woh!
Uvuka yimbaba ubuyiswe yindlala
Alale nasemini bo, Ugcwele ushidi lona, Woh woh!
Masimukhuza, masimukhuza, umama uyamkhulumela
Athi ingane yakhe iloyiwe, thina siyamusukela
Kanti yivila voco, yivila voco (Woh woh!)

[Hook: Teargas]
Vuka, vuka!
Do what ya gotta do, what are you waiting for?
Tsoga, tsoga!
Do what ya gotta do, what are you waiting for?

[Verse 2: K.O]
Like mother like daughter
Wemfazi waze wayimosha ingane
Buka one, two, three, uyithola ebumnandini
Igijimisa amadoda, uwazi kahle ukuthi ifuzebani
Ngeke uyithole indoda ezokushada emaPartini
Lento incane kodwa awuyibheke seyiqhuba isisu
Ayizazi imithiswe ubani phakathi kwa Themba noSibusiso
Ubani owathi uthole indoda enemoto my girl?
Ubani owathi uthole enoCash, ubambe iLotto my girl?
Nguwe, wemama, nguwe!
Kwamele utshele ingane ubufebe yabufunda kuwe (Kuwe)
Iyoh iyoh, Abafana bamubiza nge-BMX
Iyoh iyoh, Bamqedile abazange bashiye Nix
[Hook: Teargas]
Vuka, vuka!
Do what ya gotta do, what are you waiting for?
Tsoga, tsoga!
Do what ya gotta do, what are you waiting for?

[Verse 2: Ntukza]
Ama night dress ekuseni, am night dress emini
Kukhulunywa ngabantu, Aniyekeni amang man, aniyekeni amanga man yeses
Kujutwana gqo ekuseni, kufuneka itot ye Brandy before kuyospanwa, Aniyekeni ukushaya shayana, yekani ukushayashayana, damn it
Ema toilet eyigele zasekasi kushunqa insangu (Woh!)
Kuvutha i’mbambo (Woh!)
Ngama exam azivuki ibalo
Bathi stomach in, chest out
Uyiphoyisa uzogijimisa bani unjena?
Hit the gym, hit a work out
Maybe ungavuka nange promotion, oh yeah

[Hook: Teargas]
Vuka, vuka!
Do what ya gotta do, what are you waiting for?
Tsoga, tsoga!
Do what ya gotta do, what are you waiting for?

[Outro]
Wake up, Wake up!!!